looking my mother

Dear khumbulekhaya igamalami wuShiela ngishadelekwa Mnisi e 6801A zone4 eDiepkloof ngicela ukufuniswa umama wami igamalakhe wu Rozi angisazi isibongo nabafowethu uZamani,Mpisi noNgila ngahlukana nabo ngo 1988 umangikhumbulakahle wayehlala eHenley ‘n Klep ngase Meyaton e plazini laka Smallie umama wa ngishiya ne soka lakhe uKaizer Aaron Motloung wakwaMajazana ngaseGrasmere ngakhuliswa wumama wakhe kuzekubeyimanje.Kuyongijanulisa kakhulu ukumthola ngoba la ngikhona angizazi ukuthi ngizalwanini nokuthi ngiwakwa bani ithemba lami seli ngini Khumbulekhaya

Leave a Reply