looking fot my uncle

Dear khumbulekhaya.igama lami ngingunoxolo mkhwanazi ngihlala emtubatuba emfekayi,ngibhalele kwakhumbulekhaya ngoba ngicela ningibhekise umalume wami ongu Ston Bhethweli Mlambo wahamba engumunt oyosebenza ethekwini kwamashu.akaphindange wabuya ekhaya nezinombolo zocingo esasimthola kuzo akasathalakali kuzo ngiyacela uma kukhona ongangisiza bengicela ashayele Kule nombolo 0791329532.sicela ubuye ekhaya malume obhalile umshana wakho unoxolo

Leave a Reply