LOOKING FORMY MUM AND SISTER

Ngicela ukufunisa Umama wami kanye nodadethu bahamba baya-egoli NGO 1989 akwazeki ukuthi bayakephi negoli. Igama likamama ngu Nomsangaphi Lillian Mbele, udadewethu yena ngu Busangani Thandi Isibongo angazi noma usebenzisa esikababa noma esikamama. Njengamanje ngiyasebenza kepha angijabule neze ngoba ngingenaye umama kanye nodadewethu.

Ngicela ningisize noma sebengasekho emhlabeni kepha uma kukhona abanolwazi ngabo ngicela bengazise ngihluphekile kakhulu. Igama lami ngu Qophelo Nkwanyana endaweni yakwaNongoma Evuna.

Ngiyabonga.

Leave a Reply