Looking for my father

Hi sis Andile n the team ngicela ningifunise ubaba wami engingamazi igama lakhe uBheki Ngobese kuthiwa mawehlala kwa Mashu noma Emlazi inkinga no Mama ongizalayo washona ngineminyaka engu 4 incazelo ngiyizwa ngabantu umama ongizalayo igama lakhe uDaphney Phindile Mavundla wayehlala kwanyuswa ngingajabula kakhulu maningangitholela yena ozithobayo uLungile Angel Mavundla ngihla e Orange farm

Leave a Reply