Looking for my father

Dear Khumbulekhaya

My name is Nondumiso Mlambo, ngizalwa uDuduzile Mlambo from Newcastle.

bengicela ningifunise ubaba wam igama lakhe u Nhlanhla Emmanuel Mngomezulu . umama wakhe Florence Mngomezulu and ubaba wakhe u Shorti Mbatha wase newcastle.

igama lakhe uNhlanhla Emmanuel Mngomezulu, obhuti bakhe uSimon noMlungisi Mngomezuli. One of his brother wagula washona after finishing his studies zokuba ilawyer. babehlala egoli eThwala section number 87, basuka baya ethwathwa lapho ayehlala khona nomama. ugogo Florence wayesebenza emakhishini.Ubaba ka baba wayenomunye unkosikazi omncane umaZwane benezingane uSuzen Mbatha no Ndaba Mbatha. kodwa sebekhonjwa ethekwini manje,
ngenkathi behlangana nomama wayenengane yomfana uSphamandla, .

thank you in advance for help khumbulekhaya.

One response to “Looking for my father

Leave a Reply