looking for my father

Dear khumbul’ekhaya my name is keneilwe Mongalo i’m 22yrs ngizalwe 1993 June ngey6 ngicela ningisize ningifunise u baba wam ngizwa umama ethi igama lakhe ujabu mahlangu/skhosane bathi u baba wayeyisigebengu wake wahlala etsakane e Deyveton igama lika mama ucicilia wayehlala etembisa umama gauteng etemong section umama uthi ukuhlukana kwakhe no baba ukuthi u baba wayefunwa amaphoyisa so amaphoyisa kade esebeke ama tracker ukuthi umama Erika lawo ma tracker asho ukuthi ubekhona..so umama uthi u baba wafona efonela kwamakhelwane then wamchazela ukuthi angazi ngoba amaphoyisa afake ama tracker ejaridini la umama wayeqashe khona ngalesoskhathi umama uthi wayeseduze nokuthi angithole cos wayekhulelwe mina… ngicela usizo bandla ngiyamdinga ujabu angifuni lutho okwakhe ngifunaukumazi ngazi nemvelaphi yam. Ngiyamthanda futhi a nginayo imibuzo ngifuna nje ukumbona no,mndeni wakhe yilokho engikfunayo umama ungifundisile ngaqeda wahluleka lapho ngalapho kodwa ngi right ngifuna nje ukumbona ngiyafisa ukumbona cos umama uthi ngifuna naye Jabu Mahlangu/Skhosane ngiyakthanda baba kakhulu futhi ngifisa nje ukukbona mkhulu ngazi imvelaphi yam… ngiyabonga

Leave a Reply