Looking for my Father

Dear Khumbulekhaya and sis Andile,

Igama lami ngu- Sithembile Hadebe ngihlala eMbalenhle in Mpumalanga, ngicela ningifunise ubaba wami uBongane Hadebe engamgcina ngo- January 1992 ngineminyaka emine. Sekuyiminyaka ewu26 ngingamboni, umama wami uthi wayethi ungowaseMnambithi ngokuzalwa weza eMpumalanga ngomsebenzi. kuthiwa wayesebenza e-SA Block esebenzela eTutuka ependa. Kuthiwa wayethi unodadewabo uThandiwe nomfowabo uZenzele kanti futhi wayenengane yomfana eGoli igama layo uDumsane. Ngicela ukuthi uma ezwa lapho ekhona noma umndeni wakhe or anyone who might know him angithinte kulenumber: 0837593976 or 0767781284 or 0763369265. Thank you.

Leave a Reply