Looking for My Father

Dear: Khumbul’eKhaya

Ngicela ukufuniswa ubaba wami engingamazi igama lakhe wu Gadifele Abinaar Sesinye wachina ukubonwa ngo nyaka wa 1991 ngo August. Beka sebenza eMuldersdrift e femini abizwa nge Ocean Agriculture.Wathi yena uhlala eMagalies kodwa kubo kuse Rustenburg, futhi uno bhuti ohlala eMafikeng, mangabe ukhona umuntu owazi uGadifele Abinaar Sesinye bengicela azihlanganise ne Khumbul’eKhaya ngi nga jabula kakhulu ukuthola ubaba wami nami ngifane nabanye a bantwana abanothando lwaka baba, igama lami ngi ngu Cornelius wase Ratanda in Heidelberg.

Leave a Reply