looking for my father

Hi Khumbulekhaya Ngicela ningifunise ubaba wami engamgcina ngama 80’s igama lakhe kwakuthiwa uSipho Simfiba wase Ngqeleni noma ngingenaso Isiqiniseko ngoba ngangisemncane umama engitshela. Mina ngiwuntombivelile Mbulawa ngazalwa Ngo1981eAlex e11th avenue no30.Ngizalwa umama ongasekho uPatience Nomalungelo Gaba Mbulawa, manje Ngihlala eMzimkhulu lapho Ngisebenza khona. Ngingajabula ukumthola ngoba manje senginezingane zam nazo ezifisa Ukubona Umkhulu wazo.inumber yam ithi 063 234 6229 uma ekhona amaziyo angisize ngimthole plz.

Leave a Reply