Looking for my daughter

Sanibonani kwa khumbulekhaya bengisacela ukufuniswa indodakazi yami SPHIWE (SIMPHIWE) eyahamba no mama wayo (THAMI NXOTI) owayehlala e transkaii esekwaba I Eastern Cape, ukugcina kwami ukwazi wayesahlala khona e Port ST JOHNS khona e EASTERN CAPE , ngicela ningisize khumbulekhaya angisakwazi nokulala ngicabanga umtwana wami oloke ahamba phindange wabuya sasihlanga no mama wakhe e giblensi e hostela kulapho sabonana khona mina ngingubaba womtwana u THEMBA MKHIZE E zwelibomvu ngokuhla, yimi lo osesithombeni onolwazi cela asithinte kulezi zinombolo 0730462408/0839986699/0790992296 singabonga kakhulu ukumthola umtwana.

Leave a Reply