Looking for my brother

Dear Andile,
Ngibhala lencwadi ukusiza uHleziphi Ndlela osesithombeni ofuna ubhuti wakhe uMfanile Skhosiphi angazi noma usebenzisa isibongo sakwaNdlela noma esakwaNgubane. Bobabili bazalwa ngoDombile Ndlela owabazalela amaplazini akwaMangqukela. Ubaba kaMfanile kwakungu Ndabazezwe Ngubane owayehlala kwaSkhali. Bagcinana ukubonana ngo 1970 lapho uMfanile wamshiya esahlala kaNxele eWilo-Fountain kubo kwaMbhini.
Ongakwazi ukusiza sithole uMfanile sicela athintane noKhumbulekhaya noma noManozi ku 073 193 7707

Leave a Reply