Looking for Daddy

Dear Khumbulekhaya

My Name is Sipho Mabuya. I stay in Tembisa Ivory Park EXT3, Ngihlala noMamkhulu kanye nezingane zakhe , Ngicela ningifunisa ubaba wami Igama lakhe u Hinboy Khetheko owayehlala no mama wani u Sbongile Grace Mabuya babehlala e Spruitview ngonyaka woma 80s. Ngicela ningifunise bandla ngiyamudinga kakhulu, udingwa yimina indodana yakhe uSipho Mabuya. Nasi nesithombe sakhe ubaba ngicela nisiveze kwabalahlekileyo mhlampe omunye uzomazi

Ngingajabula kakhulu uma isicelo sami singafezeka

Ozithobayo
Sipho Mabuya

Cell: 074 444 5553 / 074 494 3626

Leave a Reply