it about my mum

Sanibona mndeni waka khumbulekhaya. Bengicela ningifunise mama wami owalahleka samuncane ngina 3months mabesho ekhaya. Ingama lika mama ntombini mkhize. Mina ngama lami ngu. Thabani Mkhize. Hlala epmb endaweni yakwashange hlala nomalumr wami. Ntombini mkhize mawubona lomyalezo cela uzi veze yimi indodana yakho Thabani owayishiya mawakho Mamzondi gyabonga

One response to “it about my mum

Leave a Reply