iscelo sokufuniswa uSihle Mathibela ongumfowethu

Igama lami nguNompumelelo Nala,nginescelo sokufuniswa umfowabo womyeni wami esingamzi kodwa sake saxoxa naye sabe sesingasamtholi kwifoni yakhe wasitshela ukuthi uhlala eNtuzuma kwaE, kodwa asazike kuphi noE inhloso yokumfuna ukuba asichazele ngomama ozala umyeni esingamazi ukuthi ungubani wakabani,syojabula kakhulu maningasisiza lona esimfunayo ilona ofake uNavy wamaNurse kulesisthombe engisipostile

Leave a Reply