iscelo sokufuniswa umfowethu

Ngisacela ningifunise uSihle Zinande Mathibela esagcina kuthiwa uhlala eNtuzuma E section,uSihle sitholane naye ngonyaka ka2012 edolobheni eThekwini inhloso yokumfuna ukuthi asichazele ngomama wakhe ongumama wami nami kodwa engingakaze ngambona angimazi ngisho negama lakhe nesbongo sakhe,uSihle sidukelane naye ngaleskhathi ngingasamtholi efonini yakhe manje ngyamdinga kakhulu,ukuze azongitshela ukuthi kukephi kubo kamama,Ngyabonga obhalile umfowabo uDavid Nala

Leave a Reply