iscelo sokufuniswa umfowabo kababa wezingane zami

Dear Khumbulekhaya ngibhala lencwadi ngenhloso yokuthola uSihle Zinande Mathibela oksalakala engathi usebenza e Addington Hospital eDurban.ohlala eMusgrave khona eDurban..inhloso yokumfuna ukuthi asihlanganise nakubo kamama wakhe.Umama wakhe uzala ubaba wezingane zami kodwa akaze Ambone ngoba kuthiwa wamshiya kubaba wakhe uNala Mfihleni wakwaMaphumulo abahlangananaye eDurban noma khona kwaMaphumulo ozala ubabawezingane zami.umama sezwa kuthiwa wayenguthisha ngeskhathi ezala ubaba awzingane ngonyaka ka 1978.singajabula kakhulu uma singathola uSihle ngoba yena uyamazi umama uhlalile naye.omfunayo uMpume Nala(Dube) esiza ubaba wezingane ekutholeni. Umama wakhe angakaze ambone.Mina ngisendaweni yaseBhamshela oZwathini

Leave a Reply