im looking for my father’s family

Sawubona Sisi Andile kanye neKhumbul’ekhaya ngicela ukufuniswa umndeni kaBaba uMzikayise Nkomo ozalwa uMkhulu uMchitheki Nkomo benoMakhulu uNomazizi..uMkhulu wadukelana noMakhulu ngeminyaka yama1969 uBaba eseyiNgane..uMakhulu usadlula emhlabeni kanye noBaba so sesidinga abantu bakithi..uMakhulu wayebakhomba eSwartberg lapho abashiya khona wabuyela eKhaya eMzimkulu..abanyu bakubokaBaba uDani, uNozimanga,uNobovu,uTuna ababezalwa uGogo uMaMaduna..ngicela onolwazi ngalabuntu angithinte kuleNamba 0710275232 ngyabonga..obhalile uKhayalethu Nkomo eMzimkhulu

Leave a Reply