Im looking for my Father’s Family

Molo sisi wam kanye neKhumbulekhaya ngicela ukufuniswa umndeni kaBaba wam uMzikayise Nkomo ozalwa uMkhulu uMchitheki benoGogo uNomazizi .umkhulu wahlukana noGogo uBaba esemncane ngeminyaka yama1969 kuthiwa babehlala eSwartberg ..Abantu bakubokaBaba uGogo wayethi..uDani,uTuna,uNozimanga,uNobovu..babezalwa umaMaduna..onolwazi nandi iNamba yam 0710275232 niwuhlabe niwulawule Ngyabonga

Leave a Reply