I never know my mother Thandi Buthelezi

Sawubona cc Andile nethimbalakwakhumbulekhaya.igamalami ngingu Nqobile Moyane Ngihlala e Jozini. Ngokukhulu ukuzithoba ngicela ukufuniswa uThandi Buthelezi ongumama wami owangithola no Amoss Moyane Ngabo1988 kuthiwa wayesebenza eFlikton eMpangeni ehlala eNiwe khona eMpangeni. Okwenzangimdingekakhulu ukuthi ngo December 12 kuwolonyaka ngiyashada kunzimakakhulu ukuyogana ngaphandlekwabazalibakho njengoba nobaba esewashona.ozithobayo indodakaziyakhe u Nqobile Moyane

Leave a Reply