Dear cc Andile. Igamalamingingu Nqobile Moyane Ngihlala e Jozini. Ngicela ningisizeni ningifunise umama wami u Thandi Buthelezilona osesithombeni. Noma umndeniwakubo.wangithola no Amoss Moyane. Kuthiwa wayesebenza eFlikton eMpangeni kodwa umama yena wayehlala eNiwe khona eMpangeni. Thandi Buthelezi udingwayinganeyakho owashiyanogogowayo wangabe usabuya Ngabo1988
![](https://khumbulekhaya.net.za/wp-content/uploads/2015/11/IMG-20140412-002232.jpg)