Help me find my Sister

Hello Andile, Ngicela ungifunise u Sesi wami okuthiwa wahamba no Mama wakhe e Transkaai. Sobabili sizalwa ngu Josias Shivambo babesebenza bonke e Birnam e Goli. Kuthiwa abantu ababehlala naye lapho ngu Lulama ongu Mama ka Glen bahlala e Alexandra Township, bese kuba ngu Cikiza, ngu Portia, ngu linda, ngu kanye ngu Rose kanye no Emma yena uhlala e Soweto. Igama lika Mama wami ngu Sarah Nkwanyane. Ngiyacela shem bandla ngoba u Sisi wami lona kanye no Mama wakhe, angibazi kanye namagama wabo, kodwa nginethemba lokuthi laba ebekade bahlala nabo bangaba khumbula.

Leave a Reply