finding my father

Dear khumbule ekhaya igama lami ngu Siyabonga Sinenhlanhla khumalo kodwa ngsebeniza uMhlanga isbongo sa Mama Nghlala Estcourt eNtabamhlophe KwaSobabili Bengicela ukufuniswa ubaba wami Engingamaz engimazela ethombeni kuphela igama lakhe uScelo Khumalo osesithombeni owa zalwa ngo February 24 1976 owalahleka ngo 1997 November 21 ehambe ne skole beye ethekwini wafika waduka wangabe esatholakala uGogo no Mkhulu ongasekho bazama konke ukumthola kodwa bahluleka …Nami ngithi angizame njenge ngane yakhe ukumthola ngoba kunzima ukukhula ungamazi ubaba wakho noma ugogo no mkhulu no Babomncane beydlalile indawo yakhe empilwen yam ngakhula ngaba indoda ngoba mnje ngina 21yrs ngingamaz ubaba wam and iskhala sakhe sohlezi sikhona empilweni yam bengajabula ukumthola ukthy ukuph noma ngazi ukthy kwenzekani ngaye ongaba nolwazi cela athinte abakwa khumbulekhaya noma kule namba 0733267735/0733396351

Baba Ngcela ubuye ekhaya Ngyakdinga ngindodana yakho owaythola ku Slindile Mhlanga no umdeni wakho uyakdinga uyakthanda uyak’khumbula kakhulu

Leave a Reply