Family request

Sis andile ngyakubingelela,be ngisacela ukufuniswa izingane zalqba abalandekayo, mthunzi/ mahlibi khumalo ongumfowabo kamfanyana khumalo ababezalwa ngu philiphin nomthetho khuma okhumalo owayedabuka kwelasemzimkhulu.kuthiwa lamafana baka Khumalo umthunzi unezingane ezintathu amagama azo engingawazi kodwa kuthiwa engumfana u vusi wase ckemont dbn kanty lyentombazane yona yagcinwa ukubonakala mhla iyokwenzelwa imbheleko endawen yase mabheleni NPS St faith Mina ngingowokucina kuzo. Ukuty umfanyana unengane ekusolakala ukuba eyakhona la ngase sphambanweni St faith ingama layo angimazi ngyacela ningisize inambha yam0731213629

Leave a Reply