Dear khumbullekhaya

Sanibona mdeni waka khumbulekhaya bengicela ningi funise umama wami engakaze ngambona ngamehlo thiwa washiya samuncane ku gogo. Wahamba waduka wangaziwa manje sekhulile gyadinga ukumazi njengo mama wami. Umama wami Ntombini busisiwe mkhize mina gama lami ngu Thabani mkhize ingane yakhe ayishiya e pmb endaweni yakwashange mawukuthi yabona mama lomyalezo. Cela phendule noma kukhona omaziyo abhalele i khumbulekhaya. Gyabonga

One response to “Dear khumbullekhaya

Leave a Reply