Hi sister Andile nababukeli be khumbul’ekhaya igama lami ngingu jane chauke Mina nomfowethu uSolomon chauke besi nisifunise ubaba wethu kanye nosisi wakhe ubaba igama lakhe ngu sliva/Solomon nkonjane chauke igama lika sisi wakhe ngu rose oshadele ka khoza/khosa etembisa ingane ka aunty ngu khensani ubaba ubaba wahamba ngo 1998 eya ekhaya kubo emaputoemaputo esuka e mpumalanga ebelfast umama wethu ngu Annah mapununu Ntsoane singajabula uma singabathola ngoba siyabadinga obaziyo angifonele kulenamba 0726045724/0636015510
![](https://khumbulekhaya.net.za/wp-content/uploads/2016/09/862f9a52-78c9-4bd2-a7e3-ba6aad4e6d57-1.jpg)