Dear khumbulekhaya

Ngicela ukufuniswa u-aunt wam u-Neliswa Mthembu owayehlala eMelmoth ngaseMfanefile Primary. Ubaba wam uBheki Mthembu osashona kanti umama yena uThandi Zungu naye ugcine eshona. Ngenxa yokuthi umama washona ngisemncane kakhulu ngangingazi ukth ngzombuza kanjani ngekhaya lakithi kodwa ke wangitshela igama likababa nelika-aunt wam . From Sikholiwe Zungu Olundi okwamanje ngiseGoli eKatlehong

Leave a Reply