Dear Khumbule Khaya

Igama lami ngingu Gladys Dolly Sefoloshe.Ngibawa I khumbule khaya ingifunise ubaba wethu ,igama lakhe ngu Tolozi,Elias ,Dzwamari MOKONE.kahle kahle i Surname yakhe ngu MNGUNI kuye kwaba ne mistake uma e thatha i ID. yena wakhamba ngo nyaka ka 1980.Yena ekhabo kuse Tafelkop e Rite kwa Matsepe e Limpopo.Kuzwakala ukuthi bekahlala kwa- Thema e Springs e hostela yase ngulubeni.abanye bathi bambona e Soweto okwa manje.ubaba wethu ngilo ombhethe I Black Trouser.

Baba nawe lapho ukhona makube ubukele ikhumbule khaya,ngiyabawa ukuthi uvele ngaphambile ukhumbule ekhaya lapho washiya khona abantwana bakho ababili no mama wethu ongaka mshadi.wena baba isibongo sakho ungu MNGUNI kodwa i ID yakho Ibiza MOKONE.

Ngibawa ombonile no zwako angifounele kulezi nombolo:
073 439 0126
076 590 9345
072 665 8585.

ngiya bonga umusa wakho Sesi Andile ukusipha ithuba lesibili loku hlangana nezihlobo zethu.

ngimi u Dolly Gladys Sefoloshe e Tafelkop.

Leave a Reply