dear khumbule khaya ngicela ningifunise ubaba wami uVicto Mabuza Kanye nosisi wami Mbali Mpanza.

ngicela ningifunise ubaba wami Victo Mabuza Kanye no sisiwami uMbali Mpanza.Igama lami ngingu Nokubonga Lebohgh Msomi Ngihla Emaoti e-Nanda.umama wami uNozipho Duduzile Mpanza ngaphambi kokuba ashone wangichazela ngobaba wami Kanye nosisi wami uMbali.asizalwa ngubaba oyedwa kdwa sizalwa ngumama oyedwa.umama wangitshela ukukuthi wamushiya kumama Mpanza ohlala e Lindelani udayisa emakethe eThekwini.akaphindange wamulanda.maMpanza lapho ukhona uma usaphila ngila ungihlanganisa nodadewethu umbali.ngiyacela baba wami victo Mabuza lapho ukhona ngicela uziveze.imina inganeyakho uNokubonga Lebohg .ngicela ningithinte kule number 079 386 4705
ngiyabonga.
Nokubonga Msomi

Leave a Reply