dear andile ad team

Ngicela ukufuniswa izingane zikababa wami uGerald Mtshali. Wase Empangeni owayesebenza lapha egoli kusukela ngabo 1992 wahlangana nomama wengane enye escourt noma enewcastle egarage lapho ababelala khona lomama wayesebenza lapho…umama wami wabamba incwadi eyayisho ukuba lowowomama ukhulelwe una 7months ngabo 1993..enye ngizwa kuthiwa eyase eastern cape pls ngyacela onolwazi avele ngoba syadinga ukubazi nobaba naye engakuthola ukuphumula

Leave a Reply