Angimazu baba

Sawubona sis Andile. Igama lami ngingu Bongi Sodladla ngina 24yrs old ngihlala eTembisa lapha egoli ngizalwa nguMaria Liziwe Sodladla usisiwakhe kunguLili jafta kodwa abasekho sebasishiya ngibhalele kwakhumbul’ekhaya ngoba ngicela ningifunise ubaba kodwa angimazi ngisho negama lakhe nesibongo engikuzwile bathi ubebizwa ngondlekozakhe ngoba wafika ethi uzofuna indleko zakhe okubuhlungu kakhulu yilokhu okwayenziwa ngumha wangithatha wangisa khabo sis wam mina ngazi ukuthi ngubaba wami kanti cha sengizwa kulenyanga kaJune ngiyacela bakwa khumbul’ekhaya ningisize ngiwuthole umndeni wami makube kukhona kwababukeli ongase amazi lomuntu engikhuluma ngaye undlekozakhe angithinte kule number 0632016988or073992503 please.

One response to “Angimazu baba

  1. Abukho ubuhlungu obufana nokukhuliswa ngenye ifamily ube ungazi lutho uzitshele ukuthi kukini kodwa ukuhlukunyezwe babuye bakutshele ukuthi awusiyingane yalapho uzitshele ukuthi cha bayadlala kanti yiqiniso intliziyo yami idangele angisakhoni nokulala let alone ukudla i keep asking myself why but no one is able to answer that question because the one who should answers all my question she’s dead.

Leave a Reply