Thandukwazi Mege Ngcobo

Ngiyabingelela khumbulekhaya ngicela ningifunise umalume wami. Wahamba ngo1981eyofuna umsebenzi eWelkom, babehlala B223 Umlazi township in Durban. Washiya ngemuva odadewabo ababili, Ntomb’tholiwe beno Ntomb’zanele Ngcobo. Omfunayo umshana wakhe uSimo Ngcobo

Leave a Reply