JOHANNES NGWENYA UFUNA UMAMNCANE WAKHE U JOANA MLANGENI OWAZALELWA EMPULUZI, WAHAMBA EKHAYA NGONYAKA KA 1965. WAYESEBENZA E VOLKRUST EPLAZINI NJENGESIBENZI SASEKHISHINI KUMLUNGU OWAZIWA NGELIKA FRANS, KUTHIWA BATHUTHA EVOLKRUST NOMLUNGU WAKHE BAYOHLALA EMACHADODORP, UYACELWA UKUTHI AKATHINTANE NOMNTWANA KA DADEWAKHE UJOHANNES NGWENYA OHLALA EMPULUZI KULE NOMBOLO ETHI: 0836207983, NOMA UKHONA OMAZIYO AMAZISE NGALOMBOKO, UYAFUNEKA EKHAYA
JOANA MLANGENI
One response to “JOANA MLANGENI”
Leave a Reply
You must be logged in to post a comment.
SINGANJABULA KAKHULU UMA UKHUMBULA EKHAYA ANGASIZA ASITHOLELE U JOANA MLANGENI, SETHEMBE NGOBA ABANINGI BAYAZITHOLA IZIHLOBO ZABO NGO KHUMBULA EKHAYA. SIYABONGA FROM JOHANNES NGWENYA