Brothers of Moses Ndila Dlamini Womi Isaac, Gabazi Micheal

Dear Khumbula Ekhaya
Sanibona ekhaya kwaKhumbula ekhaya. igama lami ngingu Ndila Moses Dlamini osesithombeni ozalelwe KwaZulu-Natal endaweni yase Nkraanskob eMakhabeli esigodini eMadekeni. ngizalwa uBaba u Antony Dlamini kumama u Losfina Dlamini abangasekho emhlabeni.. Ngisacela ningifunise abafowethu engizalwa nabo u Womi Isaac Dlamini owayekhonjwa e Hostel eGoli kanye no- Gabazi Micheal Dlamini okhonjwa Kraanskop angazi kuphi ne Kraanskop.. mina sengahlala eNanda ethekwini endaweni yase Congo area 5.
izinombolo eningangithola kuzona 0726485163, +27789687290 Ndila Moses, 0733742420 0735603499 via email smolefentombela@gmail.com.
Ngiyabonga ozithobayo Moses Ndila Dlamini

Leave a Reply