Ngiqela abalandeli bekhumbule khaya bangifunise ubaba ekungu Bhekuyise Nxumalo okhulele enatali. obaba wahlukana nomama u Tryphina Zenani Mathibela ngonyaka ka1987 kanti umama sekezithwele mina, bobabili bebesebenza e Whiteriver e Bhinoni. Umama akazazi izihlobo zikababa futhi nasekhabo akakakwazi, into ayaziko nje ukuthi ubaba uliwele elincane, u anti wakhe ngu Anna ozala uMandla. Umama ukhulele e Siphagu ngaseGroblersdal eLimpopo Province.
![](https://khumbulekhaya.net.za/wp-content/uploads/2016/03/WIN_20160114_124603.jpg)