hay sis andile
igama lam ngingu slindile dlamini ohlala ethekwini endaweni yakwa MAkhutha, mengsacela ukusizwa ngifuniswe umndenI wam waka baba wase nkandla. ubaba igama lakhe kwakungu jabulani makhathini noma xulu esigodini sase manyane khona ekandla, ubaba ngiyazI ukuthi usashona ngiba ngo 2001 ngake ngahlangana nabo ngiyophosa intshe ethuneni lika baba emvakwa lokho sangabe sisakwazi ukuxhumana mengingajabula mengase ngihlangane nomndeni wam futh ukuze ngibazi kahle futhi ngithole nokwazi amanye amalunga asekhaya ngybonga.