Looking for my mother Ntombixolo

Dear Khumbulekhaya, Ngicela ukufuniswa uMama wani ogama lakhe lingu Ntombixolo. Mina ngingu Thuli Caluza oseshadele kaNzimande, wangi shiya ngimuncane esahlala eQinabout eGamalakhe ePort Shepstone. Isibongo sakhe angisazi kodwa ngizwa kuthiwa uhlala eMlazi eDurban. Mina ngisahla ePort Shepstone. Ngezwa kuthiwa sewashada kodwa isibongo sala ashadela khona angisazi kahle. Bengi cela onolwazi ngaye angishayele kulenamba – 073 248 7999 noma eka myeni wami – 083 944 9116. Ngiyadinga ukumazi isikhathi seside kakhuu ngithi uzoqhamuka. Wangishiya emndenini kababa ngakhuliswa umama ozala ubaba (ugogo). Ubaba, ugogo no mkhulu sebashona.

Leave a Reply