dear khumbulekhaya ngicela ningifunise ubaba wam igama lakhe nguThemba

Igama lami nginguNombulelo Miriam Mdlane ngicela ikhumbulekhaya ingifunise ubaba wayesebenza edelmas silica mina wayenomngani wakhe ayethanda ukuhamba naye umama ongizalayo nguEmmely Ntuli umama wami naye wayethanda ukuhamba nosisi wakhe ogama lakhe nguthumama umama wami sewashona ngicela ombonayo noma ozwayo ukuthi ungakuphi athinte ikhumbulekhaya impilo yami inzima ngaphandle kwakhe ngisemunyameni izinumber zam Nazi 0727105444. 0837313247ngingajabula uma ngingamthola kunzima kakhulu kimi nalomuzi angishiya kiyo sebashona bonke abazaliwangishiya kwaMdlane athi bayazana basuka bonke eTranskai wayengumfundisi logo baba bebasebenza bonke yena ahlala ehostel lasesilica

Leave a Reply