ongangisiza ngodadewethu

Dear cc Andile ngokuhlala ngisestanger egroutville sengike ngabhala kaningana ngokufuniswa usisi wam owalahleka ena9 yrs ubudala owathathwa umuntu wesilisa endleleni kwakusekuseni eya eskoleni wamhlukanisa nabanye abantwana wathi ufuna ukumthuma ugwayi estolo kwaba ukunyamalala kwakhe kuze kube namuhla amaphoyiisa amfuna akhathala sahamba izangoma kwaphela nezimali kulonyaka ngabe una22 yrs igama lakhe kwaku Winnie nomthandazo Magwaza endaweni yaseSondweni eGroutville eStanger asikutholi ukuphumula ezinhliziyweni zethu nobaba useze wasishiya emhlabeni eguliswa ukunyamalala kwengane yentombazane incane ngngajabula uma ngelinye ilanga singathola ukuthi washonaphi inumber yam 0718710980 or 032 9467309 ngiyabonga

One response to “ongangisiza ngodadewethu

Leave a Reply