Ngicela ukufuniswa ubaba wami uMoses Khekhe Khathi

Hi Sisi Andile igama lami ngingunontobeko zwane kodwa ngisebenzisa isbongo sikamama wami. Ngicela ukufuniswa ubaba wami uMoses Khekhe Khathi waseMkhomazi eNgwadin,owayehlala kwaBesta ethekwini ngokomsebenzi sabe esetholalana noSamkelisiwe manane Zwane wakwaNongoma. Ubaba kuthiwa wayenezingane oSphiwe, Sakhephi, Hlanganani, noZonke Khathi abazwala uMaMbuthu Khathi waseMkhomazi eNgwadini ,ubhuti kababa kwakunguMali Khathi.Mina amagama ayengiphe wona (nonkululeko zimbili) .Ukumbona ngamgcina ngo1996 efike ekhaya kwaNongoma eKZN lapha engihlala khona kubo kamama wami.Ngingajabula kakhulu uma ngingamthola ubaba ngoba kuningi akungilungelii ngenxa yokuthi angimazi ubaba .

Leave a Reply