UMNDENI OKANYE IZIHLOBO ZIYAFUNA.

Dear Khumbule’khaya igama lami nginguNontobeko Bekwa ngihlala emlazi KwaQ ngaserank kwaZ emlazi, ngicela ukubika udaba lalosisi osesithombeni owafikela kumina emsebenzini efuna indawo yokuhlala. Wathi ubehlala egoli no-aunt wakhe, lana emlazi akazange asho into ecacile ukuba ukusuka kephi nesection. Usehlale izinyanga ezintathu lapha ekhaya. sicela ongasiza ngomndeni owalahlekelwa nguye asithinte kulezinamba ezilandelayo.
1. 0834026172 (Nontobeko Bekwa)
Email: nontobekwa@gmail.com
2. 073 4257212 (Londiwe Bekwa)

Siyojabula uma siluthola usizo futhi nomndeni wakhe utholakala.

Leave a Reply