still in search of my father Mbuyazi

dear khumbul ekhaya

ngisakhala futhi ngicela ningifunise ubaba wami engingamazi , igama lakhe engingalazi , Umama uthi yena akasakhumbuli lutho ngaye , phela ukuthi wayebizwa ngo Mbuyazi nokuthi wayebuya e Piet-retief . umama uthi bahlangana e Kriel , umama esebenza e Kriel e Laundry ubaba esebenza e kriel Mine. gnazalwa ngo October 1990 , okuchaza ukuthi bahlangana ngo 1989. umama wahamba e Kriel ekhulelwe ngo 1990 , i la balahlelekana khona. kuthiwa ubaba wayethumezela ngabangane bama ebabe sebenza e kriel kodwa bebuya e Balfour nase Standerton ukuthi u mama ekungu Sarah Makgala Mokoena abuyise ingane yakhe.

ngicela ongamazi uMbuyazi wase Piet-retief owayesebenza e Kriel-Mine ngo 1990 angithinte ku 0820849219.

usizo lwenu lubaluleke kakhulu kimi.

Leave a Reply