please help me to find my brother I never meet

Andile nabasizi bakho osebenza nabo ngiyabingelela. Igama lami ngingu Lindiwe ngicela ukufuniswa ubhuti wami engingakaze ngambona.igama lakhe Philani isibongo angazi usebenzisa siphi, uzalwa ngubaba David Mbhekeni Biyela wase Mpangeni wayesebenza egoli City deep. no mama Zoliswa esibongo angisazi wakwabani Philani kwathiwa udriver ama taxi asuka Johannesburg aya Transkei ngiyacela onolwazi

Leave a Reply