o mama lapho ukhona ngicela wazi ngiyakudinga

Dear cc Andile. Igamalamingingu Nqobile Moyane Ngihlala e Jozini. Ngicela ningisizeni ningifunise umama wami igamalakhenguThandi Buthelezi.kuthiwa wangishiya nobaba ngabo 1988 ubaba wangishiyanogogo. Kuthiwa umama babehlala nobaba kwa Moyane oGobandlovu basebayaxabanakwaba ukuhlukana kwabo.umama kuthiwa wagcinwa ukubonakala eNiwe khona eMpangeni. Ubaba yena sewashona

Leave a Reply