Ngiicela ningifunise ubaba wami engingamazi

Dear khumbulekhaya bengisacel ningifunise ubaba wamii engingamazi ekuthiwa uVusi Sbiya endaweni yase Qwaqwa emansumansu ,me ngizwa kuthiwa wayehlala no baba uSbiya,mengizwa kuthiwa ikhaya elikhullu lise Mnambithi, igama lika mama uZanele wakwa Radebe elinye uMuntu ease Hammarsdale eDurban owayehlal eQwaqwa kwadingakala ukuthi abuye ngalesosikhathi wayevese esemithi kodwa angazi Waze wathola esesukile eQwaqwa ,baba ngiyakudinga imina umtanakho ongamazi angazi nokuthi ukhona osisi nama abadala kwakuyu tutu nopamu ngiyobonga kakhulu uma ngikutholile

Leave a Reply