Ngifuna ubaba Sam esadukelana naye NGO 1974

Sawubona Andile. I gama lam ngingu selinha Hilda nkosi ubabam wayengazi ngokuth ngingu piniki Mina ngiwesibili kubantwana bakhe abane owekuqala u Amos Mahlathini owesithathu u meshack papi owesine u ntjombi sphiwe ngwenya.sasihlala nabanye abantwana bakamama omkhulu kwangu u boy,umariya,u thembeni.ubaba wam usamuel ngwenya .umama wam u samariya Nkuna owayeyaziwa ngokuth u mamswazi .noma nginga sakhumbuli ukuthi sasihlalaphi kodwa ngikhumbula izindawo esasihamba sihlala kuzo ,ngikhumbula indawo eyayibizwa ngokuthi mooi nooi,marikana,Venderkopi, saphinde sahlala eplazin umlungu wall wayebizwa ngokuth u bas diek.abantu esasihlala nabo kwakuwu sis zenzo,no sanukeng,no koko nkie obekungu gogo wethu kanye no baba umutlaku noma abanye singasabakhumbuli kodwa sasaziwa kakhulu omakhelwane .ngingajabula kakhulu uma ningangitholela ubaba wam ngikhathazekile kakhulu ngoba sasazi ubaba kungekho zihlobo zakhe ebesizazi ngingajabula uma ningangitholela u babam noma izihlobo zakhe ezikhona ngyabonga icingo lam u 0766665455 uma kukhona othola ulwazi ngaye noma umndeni wakhe

Leave a Reply