ngicela ukufuniswa ubaba Jabulani Sibisi

Sanibona igama lami Nomusa Sibisi. Ngicela ningifunise ubaba wami Jabulani Enoch Sibisi. Ngahlukana naye ngonyaka ka 1990. Ngamgcina ehlala e KZN Cato Ridge esigodini okuthiwa yi Sankontshe. Abafowabo kwaku ngu Themba, Tozi yilabo engibakhumbulayo. Baba wayezwalwa ngu MaShezi nobaba uSibisi. Ngiyabonga

Leave a Reply