Ngicela ukufuniswa u Siphiwe Zwane odume ngelika Madlebe

Igama lami ngingu Jabulani Zwane ose sithombeni obizwa kakhulu ngo Ntambama wase Newcastle Madadeni ema 12. Ngicela ukufuniswa umfowethu u Siphiwe Madlebe Zwane owanyamalala ekhaya ngo 2002, bathi usebenza ematekisini ejozi. Ngicela owaziyo ngaye angithinte kule nombolo 0622154887 or 0720724802

Ngiyabonga u sizo lwenu
Jabulani Moses Zwane.

Leave a Reply