ngicela kufuniswa ubaba bongani mjwara noma umndeni wakhe

sanibona ngingu pinky dudu shoba ngsacela kufuniswa ubaba ongu bongane mjwara noma umndeni wakhe ngyabadinga kakhulu empilweni yami wazalelwa endaweni yase kilmun e kzn thiwa bathutha sebehlala egoli e alexandra. ngyabonga ngajabula uma isicelo sami singaphumelela.

Leave a Reply