NDICELWA UKUFUNISWA UBABA WOMNTWANA

Dear Andile and the crew
Ngiyathemba niyaphila nonke.
Igama lami ngingu Philile Chamane,ngibhala lencwadi ngithunywa ngusisi ogama lakhe ungu Vathiswa Mabongo ohlala e Mount Vernon njengamanje. Usisi lona ucela nimusize nimfunise ubaba wengane yakhe ogama lakhe ngu BHEKI NZAMA, ababehlala eMlazi ngabo 1996 umfowabo kungu BONGANI NZAMA kanti usisi wakhe ngu NTOMBE NZAMA.uBheki noVathiswa badukelana ngonyaka ka 1996,unengane ogama layo u THOBANI and uqhamuka ePort Shepstone esigodini sakwa HLENGWA.isizathu sokumfuna ukuba ingane yakhe ifuna ukumazi ubaba wayo, igama lengane ngu SIMBONGILE ezalwa uVathiswa ku Bongani Nzama.

uVathiswa Mabongo ningamthola kunezinamba (031) 266 3923 OR 073 4721 968 OR vathiswamab@dcs.discovery.co.za or ningathinta mina if ningamtholi kule email address engisenda ngayo.

Ngothokoza uma isicelo sami singaphumelela.
Ngiyabonga
Ozithobayo.
Kind Regards,

Leave a Reply