Looking for my Father’s Parents

Hi Andile and the whole team of Khumbulekhaya

Igama lami u Elvis Paul Hlatshwayo,ohlala Ermelo (MP) ngiqela ningifuniseni umndeni khabo baba wami ongu Elliot Majoyini Hlatshwayo,wayevamise ukusitjela ukuthi bebehlala e Piet Retief.Sizalwe sazesakhula asiwazi umndeni khabo baba.Wayethi uzasiyisa wade wandlula emhlabeni ngo 1999.Ngiqela nobona lesisithombe sakhe amazi angithinte,kanti futhi ngingajabula ukhumbula ekhaya angangifunisa bona,sekuze kwaba nezizukulwane zakhe ubaba,asikawutholi umndeni wakibo.Ngingajabula sisi Andile naningasisiza ukusifunela bona kanye nethimba lonke le Khumbulaekhaya.Bathi wahamba ekhabo aseyinsizwa encane kakhulu ngomsebenzi wokwakha izindlela,yilapho badibana nomama khona,beyokwakha indlela e Mpumalanga (Badplaas)

Ngiyabonga,nazi izinamba zami nakunomuntu okungenzeka azi ngomkhondo wabo,0795010328

Leave a Reply